Kusolwa ubudedengu bamaphoyisa ngokweqa kweziboshwa

2016-11-15 13:32

Johannesburg - Isikhungo sezokuphepha i-Institute for Security Studies ibona kuwubudedengu nenkohlakalo eholela ekutheni kweqe iziboshwa ezitokisini zaseLimpopo.

Ngesonto eledlule kweqa iziboshwea ezinhlanu ezidabuka eZimbabwe esitokisini eMusina ngemuva kokubhidliza izindonga.

Emasontweni amabili edlule abasolwa abathathu bahlula iphoyisa elalibahambisela ukudla ngamandla, beqa ePhalaborwa.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe iphoyisa elisize umsolwa abaleke

Ezinye izigameko zokweqa kweziboshwa zibikwe eNkowankowa, eTzaneen, kwaHlanganani naseModimolle.

Owesikhungu uJohan Burger uthe: "Kwesinye isikhathi ukukhohlakala okwenziwa amaphoyisa. Kwesinye isikhathi ukukhohlakala kwamalungu omphakathi, akwazi ukunika iziboshwa izibhamu nezinye izikhali ngesinyenyela."

Khonamanjalo amaphoyisa aseLimpopo namanje asathungatha abasolwa.

Okhulumela amaphoyisa uMoatse Ngoepe uthe kubulawe umsolwa ngoMsombuluko kudutshulwana namaphoyisa eTzaneen, omunye umsolwa watholwa eshonile, imbangela yokushona ayaziwa.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.