Kusaphenywa kabanzi ngodaba luka-Oscar Pistorius

2016-08-08 07:03

Pretotia -  Kusaphenywa kabanzi ngodaba lokuthi u-Oscar Pistorius ubezama ukuzibulala ejele, kubika iSABC News.

Lokhu kulandela umbiko okhishwe umnyango obhekelele ukuqondiswa kwezigwegwe mayelana nokuqinisekisa ngophenyo oluholele kulesi sigameko.

OLUNYE UDABA:Sehlisiselwe isigwebo isiboshwa esamithisa ojele

Lo mnyango uthi lo msubathi odonsa iminyaka eyisithupha ebhadla ejele uphuthunyiswe esibhedlela ngokutholakala namanxeba ezihlakaleni.

UManelisi Wolela okhulumela lo mnyango uthe: "Lo mnyango ungakuqinisekisa ukuthi uthole umbiko kusukela ejele iKgosi Mampuru ii mayelana nalesi sehlakalo kanti okwamanje kusaphenywa kabanzi ngalolu daba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.