Kusolwa unkosikazi ngokubulawa kukamakhwapheni

2016-07-18 14:32

Melmoth - Isoka linqatshelwe ukuya emngcwabeni wentombi ngenxa yezinsolo zokuthi umkalo uyena owathenga inkabi ukuba ibulale intombi, kubika iSOLEZWE.

Kuthiwa unkasikazi kaCollin Ntuli ongunesi esibhedlela iSt Mary's kwesikaMagwaza eMelmoth wathola ukuthi uLondiwe Zulu naye osebenza kulesi sibhedlela ujola nomyeni wakhe.

Lo nkosikazi waqasha inkabi ukuba ibulale uZulu kanti bobabili unkosikazi nenkabi bavelile enkantolo kaMantshi eMelmoth ngesonto eledlule ngecala lokubulala.

OLUNYE UDABA:Lihlehlisiwe elosolwa ngokuthengela ‘ishende’ lomyeni inkabi

UNtuli obekanesifiso sokuya emngcwabeni wentombi yakhe uvinjwe umndeni wentombi. Lo mndeni ubuhlungu ngokuthi kuze kwaphuma isidumbu ngobudedengu babo bokuthandana.

"Isoka liphatheke kabi ngokushona kukaLondi, lifikile ngesonto eledlule liphethe ithende lithi lifuna ukusiza ngamalungiselelo ongcwabo.

"Umndeni umxoshe nalo ithende lakhe abeliphethe. Bacasulwa wukuthi kungani ebethandana noLondiwe abe azikahle ukuthi basebenza esibhedlela esisodwa nonkosikazi wakhe,"kusho umthombo walo mndeni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.