Ucishe wadunelwa imoto usomahlaya ezitolo

2016-05-11 16:02

Midrand – Kusanda kuvela imibiko mayelana nokudunwa kwezimoto ngase-Mall of Africa esanda kuvulwa, usomahlaya uzithole ongomunye ocishe wantshontshelwa imoto.

Ngokusho kwamaphephandaba aseGoli, uKedibone ubebuyela emotweni yakhe ephuma ezitolo nezingane kanye nabangani bakhe uma ebona indoda ihleli emotweni yakhe.

“Ngivele ngadideka uma ngibona owesilisa esemotweni yami kunamanye amadoda amabili ngaphandle. Ngivele ngacabanga ukuthi akuyona imoto yami, kodwa uvele wabuya umqondo wokuthi bazama ukuduna imoto yami.

OLUNYE UDABA:Zibulawa njengamaphela izigebengu eKZN

UKedibone uthi uvele wamemeza onogada ukuba bazosiza, nokuyilapho izinswelaboya zibalekele kwenye imoto zadla phansi.

Ngenhlanhla amaphoyisa akwazile ukuzibamba izigebengu zaboshwa seziphumile kule mall.

“Ngikwazile ukuthola i-Laptop yami abayebile, kusho uKedibone, kubika iTimeslive.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.