Kusuke ingxabano ‘owePirates ethola umuthi endlini yentombi’

2017-06-01 19:28

Johannesburg – Kubikwa ukuthi kusuke esinamathambo ngesikhathi umdlali we-Orlando Pirates ethola umuthi ogoqiwe wase ubhalwa igama lakhe endlini yentombi.

Umbiko wephephabhuku iDrum uveza ukuthi lithunyelelwe i-video etshengisa lo mdlali exabana nentombi yakhe ngemuva kokuthola lo muthi.

Kuthiwa kube sekuqubuka ingxabano, lo mdlali ebuza intombi ukuthi izowenzani lo muthi obhalwe igama lakhe. Intombi ibe isisola lo mdlali ngokuthi naye uyawuphatha umuthi.

OLUNYE UDABA: Usebenzisa umuthi ukulala nabo bonke abesifazane esigodini sangakubo

Kule video kuzwakala lo mdlali egqagqamuka exabana nentombi efuna ukwazi ukuthi igama lakhe nalo muthi kuhlanganaphi.

Ngokomthombo kuthiwa intombi yalo mdlali ayizwani nomama wakhe, ngakho kusolakala ukuthi ngesinye sezizathu sokutholakala kwalo muthi.

“Lo muthi ugoqwe ngephepha kwase kubhalwa igama lalo mdlali kanye nelikamama wakhe, kanti lo mdlali usola ukuthi isandla esibhalile ngesentombi,” kusho umthombo utshela iDrum.

Leli phephabhuku alikwazanga ukuxhumana nalo mdlali ukuze lithole ukuphawula kwakhe.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.