Kusuke isidumo umalume ekhulelisa umshana

2017-02-11 08:05

Bulawayo - Kusuke isidumo ngesikhathi kuzwakala ukuthi indoda yaseGokwe eneminyaka engu-44 ubudala, uLoveledge Chume nomshana wayo oneminyaka engu-18 ubudala bahlala njengabashadikazi.

Imibiko ithi laba bobabili baqala ukuhlala ndawonye kusukela ngoJuni wangonyaka ophelile.

Ngesikhathi bevela phambi kweMantshi ngecala lokuba nobudlelwane babo baze baya nasocansini.

Laba babezibandakanya ocansini isikhathi eside kwaze kwathola umama kaSibanda nokunguyena owabavulela icala.

OLUNYE UDABA:Indoda igqeme yabulala uzakwabo kubangwa isikweletu samanzi

Inkantolo izwe ukuthi lo wesimame uProgress Sibanda usekhulelwe ingane kamalume wakhe.

UChume ugixabezwe izinyanga ezingu-30 ebhadla ejele kodwa walengiselwa ezingu-6 isikhathi esingangeminyaka emihlanu.

USibanda yena wagwetshwa izinyanga ezingu-6 kodwa zalengiswa zonke.

 - Bulawayo24

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.