Kusuke umsindo phakathi kukasaziwayo nephephabhuku ngezithombe

2016-05-23 18:31

Durban - Sigxekwa kwakhulu isenzo samaphephabhuku sokuguqula izithombe zosaziwayo abavela kumakhava zibe zinhle ngokweqile, kanti lolu ulona daba obelusematheni ngesikhathi kuphuma ikhava yeTrue Love.

Leli bhuku ligxekwe kakhulu ngesenzo salo sokuguqula usaziwayo uLerato Kganyago. Abantu abaningi bebethi lo saziwayo ubonakala ehluke kakhulu kunalokhu ayikho.

Lo saziwayo uthe yize zizinhle izithombe zekhava kodwa mhlawumbe nomthwebuli uphoxekile ngalokhu kushintshwa komsebenzi wakhe obumuhle.

OLUNYE UDABA:Usaziwayo uphika eyamadoda amabili

Ngokwemibiko yeSowetanlive, leli phephabhuku liziphendulele ngemuva kokubona izinkulumo zabantu ezinkundleni zokuxhumana. Bakhiphe ezinye izithombe zalo saziwa ezingezinhle kubonakala amathanga ashwabene, eceleni kwaso bafaka esabo esihle abasisebenzile.

Kuthe kusenjalo wathathela ezinkundleni losaziwayo ethi: “Ngiphoxekile ngalokhu abakwenzile. Bebethi bazama ukungihlambalaza. Kodwa benze iphutha elikhulu kabi  ngoba ngihlezi ngikhuluma ngomzimba wami onamabala futhi anginawo amahloni ngawo,” kusho yena.

“Abakaze bangicele noma bangitshele lutho ngaphambi kokuba bakhiphe lezi zithombe ezingalungiswanga. Bengingakezwa lutho kusukela kubona,” kusho yena.

Screen Shot 2016-05-23 at 12.45.49 PM

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.