Kusungulwe ithimba elizothuthukisa ukusebenza kwamaphoyisa

2016-08-16 11:32

Durban - Kusungulwe ithimba elikhethekile elizoqhamuka namasu okuthuthukisa ukusebenza kwamaphoyisa, kubika iSowetan.

Lokhu kuvezwe uNgqongqoshe wamaphoyisa uNkosinathi Nhleko ePitoli ngoMsombuluko lapho eveze khona ukuthi usekhethe ikomidi elizobhekana nokuthuthukiswa kokusebenza kwamayunithi ahlukahlukene emaphoyiseni.

OLUNYE UDABA:Kusungulwe ithimba elizophenya ngokubulalana kwabezombusazwe

Leli komidi lisungulwe kulandela isiphakamiso esenziwe iKhomishana kaFarlarm ngombiko owakhishwa ngo-2015 ngesigameko esenzeka eMarikana.

Yize leli komidi libekelwe ukusebenza kuze kube unyaka ka-2019, uNhleko uthembise umphakathi ukuthi ezinye iziphakamiso ezenziwe ikhomishana zizokwenziwa ngokuphazima kweso.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.