Kutakulwe owesilisa owele embhoshongweni wommbila eKZN

2018-03-12 19:30

Johannesburg - Owesilisa okukholakala ukuthi useminyakeni yo-30 ubudala utakuliwe ngemuva kokuvaleleka amahora ambalwa embhoshongweni eWinterton ngeSonto.

URussel Meiring, okhulumela abe-ER24 uthe abezimo eziphuthumayo kanye nabezicishamlilo nezinye iziphathimandla zezomthetho zefike endaweni yesigemeko ekuseni zathola owesilisa evaleleke embhoshongweni.

"Amadoda ambalwa acace angena phakathi kulo mbhoshongo akhipha izinhlamvu zommbila," kusho uMeiring.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe osolwa ngokubamba inkunzi iveni lemali

Abezimo eziphuthumayo basebenzise amathuluzi ahlukahlukene ukusika imbobo enkulu ezansi kulo mbhoshongo, ukuze bakwazi ukukhupha ummbila omningi.

Kuthathe amahora ambalwa, kodwa bakwazile ukuhlenga impilo yalo mlisa.

Uthole usizo lokuqala olukhethekile endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela ngendiza enophephela emhlani.

Akacacile kahle ukuthi le ndoda ingene futhi yavaleleka kanjani kulo mbhoshongo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.