Kuteleka abashayeli bamabhasi eGoli

2016-07-11 12:33

Johannesburg – Abashayeli bamabhasi eGoli bayaqhubeka nesiteleka sabo ngoMsombuluko.

Inkampani yamabhasi ithi yonke imizila yabo ayisebenzi namhlanje, kubika i-eNCA.

Funda nalolu daba: Uboshiwe osolwa ngokudlwengula isihlobo

IMetrobus ithi kubenemibhikisho ngoLwesihlanu phambi kwamahhovisi ayo eBraamfontein, eGoli kanti abashayeli abazange bafike emsebenzini namhlanje.

Inkampani incuse abagibeli ukuba basebenzise ezinye izinhlobo zokuthutha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.