Kuthiwa akalande irejista yesikole ofuna umazisi

2017-03-11 08:33

Durban - Ibhekene nengwadla indoda yakwaNyuswa okuthiwa ayilande irejista yesikole eyayifunda kuso, ukuze ikwazi ukushintsha imininingwane yokuzalwa kwayo, eyaphambana ngesikhathi ishaya umazisi ngo-1988. 

UBongumusa Jerome Ndokweni uthi uselahle ithemba ngokuthi umazisi anawo okhomba ukuthi mncane ngeminyaka ewu-8, uzolungiseka njengoba uthishanhloko wesikole ayefunda kuso eshaya phansi ngonyawo ngokukhipha irejista yesikole ayinike yena.

UNdokweni uthe wazalwa ngo-1959 kodwa umazisi wakhe ukhomba ukuthi wazalwa ngo-1967. 

"Bekunzima ukuthi ngiwushintshe ngesikhathi sengisebenza ngoba bewuhlale udingeka njalo umazisi, manje angisasebenzi," kusho uNdokweni. 

OLUNYE UDABA:Imile impilo kowesifazane wase-KZN ongenawo umazisi

Uthe uma efuna umsebenzi uyahlekwa ngoba bavele bamtshele ukuthi akalinde impesheni bangafuni nokuyizwa eyokuthi uneminyaka ewu-45. 

Imenenja yoMnyango wezaseKhaya KwaZulu-Natal, uMnuzane Cyril Mncwabe, ithe kungenzeka ukuthi kwenzeka iphutha uma kuthiwa akalethe irejista, kufuneka ikhophi yerejista. 

Iphepha eliphethwe wuNdokweni elibonwe yiphephandaba libhalwe ukuthi kufuneka irejista, kubika iSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.