Kuthiwa angalubhadi emngcwabeni osolwa ngokubulala uyise

2016-05-09 17:02

Kenya – Izakhamuzi zaseThuon Gweno Village, zixwayise indodana kadokotela uMichael Amolo ukuba angezi emngcwabeni kayise, kubika iDailyNation.

Lezi zakhamuzi zithi kochitheka bugayiwe uma ingahle ifike indodana yalo dokotela okuyiyona esolwa ngokubulala uyise.

Umsolwa oyindodana yomfazi wesibili kamufi usagcinwe ezitokisini njengoba kusalindeleke ukuba kuqulwe leli cala lokubulala.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe isihlobo sosolwa ngokuba yinkabi kaPanayiotou

Umphakathi ukhala ngokuthi lo mfana wenze icala elibi kakhulu emphakathini futhi akumele aphinde avunyelwe ukubuya kule ndawo.

Elinye ilunga lomphakathi elingafunanga kudalulwe igama lalo lithe: “Ngeke simvumele abuye lapha, akayena omunye wethu. Sizomxexebula ngenduku uma engazama ukufika emngcwabeni.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.