Kuthiwa beyithola kanzima inkonzo yasekamelweni abasimame abashadile

2017-02-03 14:30

Durban - Kusuke kumnani kungenwa emshadweni kulilizelwa ngapha nangapha, kodwa uma sekuphele konke lokho, abesimame bezithola besejele lomendo engenalo uthando.

Yize bethi kumuncu emendweni, kodwa abafuni lokhu kuwele nasekamelweni, kubika iDaily Sun.

Lokhu kuvezwe omunye oyengxenye yabesimame abaphingayo uVictoria Milan ethi kuningi okuqhubekayo ekusithekeni.

OLUNYE UDABA:Isicefe somuntu ofuna ucansi phakathi kwamabili

Ucwaningo luveze ukuthi u-71% wabesimame abashadile abanayo inkinga yokulala nabantu abaqala ngqa ukubonana nabo kulezi zinkundla zokuxhumana.

Lokhu kubele ngokwe-website  ekhangisa izinto zabanye abadala lapho kubuzwe khona abantu besimame abangu-5 650 abashadile ukuthi kubathatha isikhathi esingakanani ukuthi balale nabantu abaxhumana nabo kule ndawo uma sebeke babonana.

U-61% wabesimame bakuleli abaphingayo bathi kungcono ukuyolala emahhotela nalaba abahlangana nabo ezinkundleni.

U-31% uthi awunankinga nokubuyela emizini yalaba bantu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.