Kuthiwa eyakuleli intokazi ebhidlize ubudlelwano bukaCardi B no-Offset

2017-10-24 19:29

eThekwini - Sekuvele ukuthi uCardi B yintokazi engumrepha eMelika ethandana no-Offset oyingxenye yeqembu iMigos, sebehlukene kulandela ukuthi leli qembu belivakashele kuleli ngempelasonto lizonandisa.

Lezi zithandani kubikwa ukuthi zihlukene ngayo le mpelasonto. Yize amanye amahlebezi ethi le ntokazi ilaxaze u-Offset ngoba nakhu sekuphume isoka layo lakudala ejele.

NgoMgqibelo ebusuku le ntokazi ihlulekile wukuzibamba yazwakalisa ukudinwa kwayo ezinkundleni zokuxhumana ngokufaka i-video lapho iveza khona ukuthi isihamba yodwa.

Kuvungame izinkundla zokuxhumana kuleli kulandela lezi zindaba kanti iningi labantu lisola intokazi yakuleli ngokuhlukanisa lezi zithandani.

OLUNYE UDABA:UBabes Wodumo ungomunye wabaculi abazobhula amazolo emcimbini we-Migos

Kuthiwa intokazi yakuleli eyaziwa ngelikaQueen of Twerk, uFaith Nketsi, iyona elubhidlize yaluqeda uthando lwalaba ngesikhathi ibonakala nalo mrepha eGoli, ngemuva kwalokho kube sekuvela izindaba zokuhlukana kwabo.

Abathandi bomculi abakuthathelanga phansi lokhu ngoba babhale enkundleni yezokuxhumana uTwitter bencoma uFaith ngokugudluza le ntokazi ezethembile.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.