Kuthiwa iWestern Cape yisifundazwe esingenandaba neValentine's Day e-SA

2017-02-01 18:07

Johannesburg - Izakhamuzi zaseNingizimu Afrika, eWestern Cape zingaziguba zonke izinsuku ezibalulekile ezigujwayo kodwa hhayi olwezithandani, iValentine's Day.

Ngokocwaningo olwenziwe yi-OnlineCasting, lolu suku okufanele engabe lugujwa yzithandani alusajatshulelwa kangakho.

Lolu cwaningo ludalule ukuthi kusukela ngo-2006 iValentine's Day ayisabhekwa kakhulu kwi-internet.

OLUNYE UDABA: Ngabe isho ukuthini iValentine's Day kumuntu omnyama?

Kulolu cwaningo kutholakale ukuthi izifundazwe ezisalugubha lolu suku ngesaseNorthern Cape, Free State, KwaZulu-Ntala ne-Eastern Cape.

Isifundazwe iGauteng, iMpumalanga neNorth West zibalwa ohlwini lwezifundazwe ezingasanendaba nalolu suku, kubika iDaily Sun.

Kunalokho usuku loMama, iMother's Day kutholakale ukuthi yilo olugujwa kakhulu kusukela ngo-2007 uma kuqhathaniswa nosuku loBaba, oFathers Day engakaze ijatshulelwe kakhulu kusukela ngo-2010.

 - Onlinecasting

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.