Kuthiwa maningi amaqembu agaqele isiqongwane seSundowns

2016-07-11 20:32

Durban – Amfuna phansi phezulu amaqembu aphesheya kwezilwandle umgadli weMamelodi Sundowns, uKhama Billiat, kusho umbiko.

Kuke kwaba nemibiko yokuthi iLille yaseFrance nayo igaqele lo mdlali.

“Kuzoba nzima kumqeqeshi weSundowns uPitso Mosimane ukudedela uBilliat ngoba uyamthanda. Abafuna lo mdlali kuzomele basebenze kanzima,” kusho obhekelele izindaba zakhe uRalph Nkomo.

OLUNYE UDABA: Bashanelile abadlali beSundowns emcimbini we-PSL

Uthi kuneqembu elidalal ku-English Premier League elimthintile kanjalo nelinye laseGermany – womabili ebuza ngalo mdlali, kubika iSolezwe.

“UBilliat kumanje ubiza u-1.5 million wama-Euro kanti le mali inyuka zinsukuzonke ngoba uyaqhubeka nokwenza kahle,” esho.

UNkomo uphethe ngokuthi lo mdlali ongumunye wabangahluphi, uyeneliseka nje uma ethole ithuba lokungena enkundleni adlale.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.