Kuthiwa oweSibaya ucwile kwizidakamizwa nakuba engemuhle empilweni

2016-07-17 13:01

Durban - Kubikwa ukuthi umlingisi ongaconsi phansi kubalandela bakhe odlala emdlalweni wakumabonakude iSibaya esitshengisa kuMzansi Magic 161 ubanjwe wukugula kanti kuthiwa khona enjalo egula udla izidakamizwa.

OLUNYE UDABA: Owesibaya kubikwa ukuthi unenkinga yophuzo oludakayo

ILanga LangeSonto lithole ukuthi njengoba sekuphele isikhathi uBongani "Bafo" Gumede odlala indawo kaMandla Ndlovu kwiSibaya engabonakali kulo mdlalo yingoba useyagula futhi.

Imithombo yaleli phephandaba iphinde yathola ukuthi nakuba exinwe wukugula "uNdlovu" ucwile kwizidakamizwa kanti futhi akafune kuboniswa njengoba kuthiwa uvele abhoke ngolaka, asho ukukuqeda.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.