Kuthiwa uphithene ikhanda umqeqeshi wePirates

2016-08-11 12:30

Durban – Kuvunguza ezithi usephindele emakethe umqeqeshi we-Orlando Pirates uMuhsin Ertugral eyofuna umdlali ozosiza udonga lweqembu olubukeka luntenga.

Ngokombiko weLANGA, u-Ertugral uphethwe yikhanda njengoba yonke imidlalo eyandulela ukuqala kwesizini abayidlalile, ingahambanga kahle.

IPirates yasutha induku koweCarling Black Label Cup idlala neKaizer Chiefs yabuye yaphuma ekuseni koweDr Hage Geingobo Cup, eNamibia.

OLUNYE UDABA: Abadlali basathola isikhathi sokwazana - Ertugral

“Udonga lwethu lunezimbobo eziningi, yingakho kubalulekile ukuthi ngizame izindlela zokulungisa le nkinga.

“Sidlala kahle phambili nasesiswini, indaba isemuva. Uma kumele ngingene emakethe ngaphambi kokuqala kweligi, ngizokwenza njalo,” kusho lo mqeqeshi.

Uthe konke kuzobuyela emgqeni uma iqembu selisifundile isitayela sakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.