Kuthiwa usindiswe ukwehlisa isisindo obesechithwa yiChiefs

2016-08-04 13:32

Johannesburg - Umdlali weKaizer Chiefs obesefakwe ohlwini lwabadlali abazodedelwa yiqembu, kumsizile ukwehlisa isisindo, kubika ILANGA.

Leli qembu laseNaturena limemezele ukuthi lizoxosha abadlali abangu-20 ekupheleni kwesizini edlule laqasha abangu-9.

U-Edward Manqele ubengomunye wabadlali abebefakwe ohlwini lwabazochithwa.

Funda nalolu daba: IBanyana ikhombisa ukukhula - Umqeqeshi

Ngokombiko wephephandaba, isizathu ebesenza umqeqeshi weChiefs uSteve Komphela amchithe lo mdlali ukuthi  ubekhala ngokuthi ukhuluphele kakhulu uManqele nobekumenza angakwazi ukugijima ngendlela.

Kuthiwa ngesikhathi uKomphela esewubona umehluko kulo mdlali, ngemuva kokujima kwakhe, ubesemkhipha ohlwini lwabadlali abazohamba.

Iphephandaba lithi nakuba lo mqeqeshi engakuqinisekisanga ukuthi uManqele usekhishiwe ohlwini lwabadlali abazodedelwa, uthe kodwa ugezeke igilo ngaye.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.