Kutholakale ezinye izidakamizwa ezisuka eSao Paulo e-OR Tambo

2017-07-22 12:01

Cape Town - Abasebenzi bakwa-South African Revenue Service (Sars) ngoLwesihlanu bashaqe izidakamizwa zohlobo lwe-cocaine esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo.

Kutholakale icocaine engamakhilogremu angu-26 nawabiza inani lika-R7.4m.

Lezi zidakamizwa zihogelwe yizinja ezimpahleni obekukholakala ukuthi yiziphaqulo ezivela eSao Paulo, Brazil, zilibangise eDemocratic Republic of Congo.

OLUNYE UDABA:UMbuso uzoyishaqa yonke imali yowayedayisa izidakamizwa

Lezi zidakamizwa zinikezelwe emaphoyiseni kanye nasophikweni loKlebe ukuba bazigcine uma besaphenya.

Ekuqaleni kwale nyanga, abasebenzi bakwa-Sars esikhumulweni sezindiza bashaqe izidakamizwa ezisuka eSao Paulo, zilibangise e-Australia.

NgoMsombuluko mhlaka 10 Julayi kutholakale izidakamizwa ezingamakhilogremu angu-197 e-cocain zifakwe emabhodleleni e-Shampoo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.