Kutholakale ikhanda lengane esikhotheni esingasemjondolo

2017-12-14 11:00

eGoli - Amaphoyisa aseMlungisi, e-Eastern Cape avule icala ngemuva kokutholakala kwekhanda lengane esikhotheni esiselokishini laseNomzani, eKomani.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Namhla Mdleleni unxuse umphakathi ukuba ubalekelele ngolwazi mayelana nokutholakala kwesidumbu sale ngane.

“Amaphoyisa enza konke okusemandleni awo ukuthola umama wale ngane, okwamanje akakatholakali,” kusho uMdleleni.

Uthe uma kukhona onolwazi ngaye noma umndeni wakhe angaxhumana namaphoyisa ku-086 001 0111.

OLUNYE UDABA: Uzogwetshwa olahlwe elokubulala ingane yentombi

UMnqophiso Naye okhulumela inhlangano eqapha umphakathi eNomzamo uthi leli khanda lengane belihleli lodwa zingekho ezinye izitho zomzimba.

Uthi kubukeka sengathi izinja yizo ezidle umzimba zashiya ikhanda.

“Asimazi umama wale ngane futhi sesithembe abantu baseMlungisi ukuba balekelele ngolwazi olungaba wusizo,” kusho yena.

Uthi inhlangano yabo izosebenzisana namaphoyisa ukuze kutholakale umama wale ngane, kubika iSowetan.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.