Kutholakale imibungu emibili eBoksburg

2018-03-12 16:00

eThekwini - Amaphoyisa aseDawn Park police anxusa umphakathi ukuthi usondele ngaphambili nolwazi ngabantu noma ngomuntu olahle imibungu emibili.

Ngokubika kwephephandaba lomphakathi iBoksburg Advertiser le mibungu itholakale ilahlwe eWindmill Park, ngomhlaka 5 kwephezulu.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Nkemeleng Mabula uthe eminye yale mibungu itholakale igoqwe ngethawula kanti lo omunye ubufakwe epulasitikini.

OLUNYE UDABA:  Owesifazane owashumpulwa izandla ngumyeni wakhe owayemhlukumeza, uzofakelwa amaxhumela

“Le mibungu yomibili itholakale endaweni yokulahla imfucza eRooikraal ngale kwerenke yamatekisi eWindmill Park. Itholwe ngabasebenzi bakamasipala ntambama ngo-15h00,”kusho uMabula.

UMabula unxusa umphakathi ukuba uxhumane namaphoyisa aseDawn Park SAPS ku-011 862 8000/17 ngolwazi olungaba wusizo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.