Kutholakale ingane emgqonyeni kadoti eThekwini

2017-01-09 14:30

Durban -  Kutholakale usana lugoqwe ngepulasitiki omnyama lulahlwe emgqonyeni edolobheni laseThekwini.

Ngokusho kwebe-Netcare 911, lolu sana lutholakala emgqonyeni okwibhilidi elisemahhovisi eCommercial Towers ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:Lushe lwangqongqa usana kusha indlu

“Abosiso oluphuthumayo bathole lolu sana lusesimweni esibucayi lushona ngomoya.

"Luhlengelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela, kusho ow-Netcare911.

Amaphoyisa nawo aphuthume afike kule ndawo kanti sekuvulwe icala lokulahlwa kwengane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.