Kutholakale iphoyisa lishonile ehhotela

2018-03-23 08:38

Pretoria - Kuvulwe idokodo kulandela ukutholakala kwephoyisa liyisidumbu ehhotela e-Arcadia ngoLwesibili ekuseni kubika iPretoria East Rekord.

Okhulumela amaphoyisa ophiko loKlebe uCaptain Carol Mulamu akakwazanga ukuqinisekisa ukuthi ngabe leli phoyisa lizibulele noma libulewe na.

OLUNYE UDABA:Kushone iphoyisa nabantu abathathu kwehla ingozi

"Okwamanje, asikwazi ukuqinisekisa imbangela yokushona kwaleli phoyisa," kusho uMulamu etshela abephephandaba.

"Lolu daba luzophenywa ngaphakathi, futhi kungekudala sizobanaso isithombe sokwenzekile," esho.

UMulamu uthe leli phoyisa lidabuka e-Eastern Cape kanti belisePitoli liyoqeqeshelwa umsebenzi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.