Kutholakale isalukazi sishonile endlini

2017-10-06 12:30

Johannesburg – Amaphoyisa aphenya ngecala lokubulawa kowesifazane oneminyaka engu-76 ubudala.

Lona wesifazane osekhulile utholakale eklinyiwe eLenasia, eningizimu yaGoli.

Isidumbu sowesifazane sitholwe ngamalungu omphakathi emzini wakhe ose-extension 13 ngoLwesine.

Okwamanje bekungakaboshwa muntu ngokufa kwakhe.

OLUNYE UDABA: UZuma ugxeke ukubulawa komndeni eKZN

Okhulumela amaphoyisa uMolefe Mokoena unxuse noma ngabe ngubani onolwazi ukuba axhumane nabo.

“Umphakathi utshelwe ukuthi uhlaseliwe kodwa awazi ukuthi kwenzakaleni kahle ngoba azikho izimpawu zokuthi kugqekeziwe.

“Utholakale eklinyiwe, kwabizwa abosizo lokuqala abafike baqinisekisa endaweni yesigameko ukuthi ushonile.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.