Kutholakale isidumbu esesiqala ukubola eduze komgwaqo

2018-04-13 16:02

eLimpopo -  Kutholakale isidumbu sowesilisa osekhulile sesiqala ukubola emgwaqeni uBoshoek eVaalwater phandle kwaseLephalale.

Amaphoyisa aseLimpopo aphume umkhankaso wokuthungatha abasolwa ababulale lomuntu.

Kuthiwa lesi sidumbu sitholwe umuntu obedlula ngendlela wase ebikela amaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Ugcinwe esitokisini ubaba ojikikele phansi ingane ephezu komjondolo

Okhulumela amaphoyisa uColonel  Moatshe Ngoepe uthe owesilisa ongaziwa utholakale egqoke isikibha somkhono omude, ibhulukwe eli-blue nebhande eli-blue kodwa engazifakile izicathulo.

UNgoepe uthe inhloso yokubulawa kwakhe ayiqondakali kahle, kodwa amaphoyisa ayaphenya.

Uma kukhona onolwazi ngalokhu angaxhumana noDetective Sergeant Oupa Koos Monyeki ku-076 481 5356.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.