Kutholakale isidumbu esigxotshwe yindlovu esiqiwini

2016-08-15 19:05

Johannesburg – Onogada baseKruger National Park (KNP) bathole isidumbu sesakhamuzi saseMabilingwe Village okukholakala ukuthi sigxotshwe sabulawa yindlovu.

I-SANParks esitatimendeni sangoMsombuluko ithe ngezithuba zabo-13:30 ngoMgqibelo, onogada babikelwe ngomuntu onyamalele waseMabilingwe, ePunda Maria Gate.

Funda nalolu daba: Sekubulawe omunye umuntu wesifazane ePhoenix

“Isidumbu sitholakale ngemuva kokuba onogada bebone owesilisa ehamba ngezinyawo esiqiwini abesimbuza ukuthi wenzani lapha, wabatshela ukuthi uthungatha ikhehla elinyamalale ngayizolo.”

“Onogada bathungathe bagcina besithole isidumbu, sinezimpawu ezikhomba ukuthi sigxotshwe yindlovu. Icala lidluliselwe emaphoyiseni ukuba enze uphenyo,”  kusho iSANParks.

- ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.