Kutholakale isidumbu esingenalo ikhanda eMooinooi

2018-04-08 16:30

eBrits -  Amaphoyisa aseNorth West acela umphakathi ulekelele ukuze kutholakale izihlobo zowesilisa otholakale edindilizile engenalo ikhanda.

Lesi sithumbu sitholakale endaweni yaseMooinooi ngaseBrits, kusho amaphoyusa ngeSonto.

“Isidumbu esingenakhanda satholakala sidindilize emgwaqeni ngoLwesine mhlazingu-29 kuMashi 2018 eMooinnoi. Lesi sidumbu ngesowesilisa owayegqoke ihembe elimdaka, yijezi eli-blue kanye nejini ebophe nebhande elimdaka,"kusho uSergeant Kelebogile Moleko.

OLUNYE UDABA:UNdlunkulu utholakale edindilizile ngoLwesihlanu ekuseni

UMoleko uthi amaphoyisa aseMooinooi anxusa abalahlekelwe yisihlobo sowesilisa esiseminyakeni yo-30 ukuba bafike emaphoyiseni.

Uma kukhona onolwazi olungasiza kutholakale igama likamufi noma izihlobo zakhe angaxhumana noDetective Sergeant Sello ku-079-357-4633.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.