Kutholakale isidumbu esishisiwe eMngeni

2017-10-17 09:30

Durban – Amaphoyisa aKwaZulu-Natal ayaphenya ngecala lokubulawa kowesilisa okutholakale isidumbu sakhe sishisiwe emfuleni ngoMsombuluko ekuseni.

Isidumbu sitholwe emgqonyeni wensimbi obuntanta kuMngeni River ngaKwaDabeka, kusho okhulumela amaphoyisa uColonel Thembeka Mbhele. 

Isidumbu sitholwe ngamalungu amaphoyisa ophiko lwe-search and rescue, kusho uMbhele.

OLUNYE UDABA: Litholakale linamanxeba eceleni komgwaqo iphoyisa

"Akubukeki engathi yinto ekade yenzekile le. Kubukeka sengathi ibisanda kwenzeka.

"Sinxusa umphakathi ukuba uze nemininingwane engasiza ophenyweni lwethu,” esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.