Kutholakale isidumbu sengane ngasemfuleni

2016-08-12 07:01

Johannesburg – Kutholakale isidumbu sengane yentombazane okukholakala ukuthi inonyaka owodwa ubudala, emfuleni ongakuRoosewall Plot Road, ngaseBloemfontein, eFree State.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo bakwa-ER24 uRussel Meiring uthe babizelwe endaweni yesigameko ngemuva kokuthi umlimi ezithele phezu kwesidumbu.

OLUNYE UDABA: Kusolwa ilungu lomndeni ngesidumbu esitholwe emfuleni

“Sibe sesibabela khona sathola isidumbu sengane yentombazane sidindilize phakathi kwamadwala khona emfuleni,” esho, kubika i-ANA.

“Bekubonakala ukuthi sekudlule isikhathi eside le ngane ishonile.”

UMeiring uphethe ngokuthi ayicaci kahle imininingwane ngalesi sigameko, kanti amaphoyisa ayaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.