Kutholakale isidumbu sekhehla ngasemfuleni eGoli

2018-03-29 18:00

eGoli -  Kutholakale isidumbu sowesilisa okukholakala ukuthi useminyakeni yo-80 ubudala emfuleni oseRandpark eGoli.

Lesi sidumbu sitholakale ngoLwesine ekuseni.

Abezimo eziphuthumayo babizelwe kule ndawo kukhona namaphoyisa eSearch and Rescue kuzokhishwa lesi sidumbu emanzini.

OLUNYE UDABA: Ahlome ayizingovolo amaphoyisa omgwaqo ku-N2

Abe-ER24 bathi akuqondakali kahle ukuthi besesihlale isikhathi esingakanani emanzini futhi bekungekho okungenziwa ukumsiza ngoba ubeseshonile.

Imbangela yokutholakala kwakhe lapha kayaziwa kodwa amaphoyisa nawo bewakhona ukuzophenya.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.