Kutholakale isidumbu sendoda eMfuleni

2016-08-17 16:00

Cape Town - Amaphoyisa aphenya icala lokubulala kulandela uikutholakala kwesidumbu sendoda esitholwe endaweni evulelekile yaseMfuleni eKapa.

Kukholakla ukuthi le ndoda ineminyaka ebalekwa kweko-20 ubudala ibulawe yiqulu labantu.

OLUNYE YDABA:  Kubulawe isigebengu ebesiyiqhawe kwabanye

Yize kunjalo, lokhu bekungakaqinisekiswa.

Owamaphoyisa uNoloyiso Rwexana uthe amaphoyisa athole lesi sidumbu eduzane naseafulethini kule ndawo.

"Ngingakuqinisekisa ukuthi kuphenywa icala lokubulla. Ngokusho kombiko, namuhla ekuseni amaphoyisa aseMfuleni aphuthume endaweni yesigameko eMfuleni lapho athole khona isidumbu sendoda eneminyaka ebalelwa kweko-20.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.