Kutholakale isidumbu sendoda inqunu sidindililize emgwaqeni

2017-02-08 13:01

Johannesburg - Iziphathimandla zezomthetho ziphenya ngokutholakala kwesidumbu sowesilisa esitholakale sinqunu.

Lesi sidumbu sowesilisa sitholakale ngoLwesithathu ekuseni phakathi nomgwaqo uNdaba, eMuldersdrift.

OLUNYE UDABA:Ubulale intombi wafonela umndeni ukuba ulande isidumbu

Okhulumela abe-ER24 uRussel Meiring uthe babizelwe kule ndawo ngemuva kokuthi inkampani yonogada izithele kulesi sidumbu ekuseni.

“Abosizo lokuqala bafike basihlola lesi sidumbu kwatholakala ukuthi sinamanxeba amabi okulimala entanyeni nokuthi umufi akasekho emhlabeni.

"Kubonakala sengathi le ndoda ibisinesikhathi eside ishonile,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.