Kutholakale isidumbu sendoda sinqunu emngceleni waseKruger Park

2017-05-18 16:01

Malamulele - Amaphoyisa aseSaselamani ngaphandle kwaseMalamulele aphenya icala lokubulawa kwendoda engaziwa, eneminyaka engu-35 ubudala isidumbu sayo esinqunu esitholwe phezulu ezintabeni zaseMatiyani village, sitholwa ngabasebenzi baseKruger National Park.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Moatshe Ngoepe uthe le ndoda ibingenawo amanxeba abonakalayo.

Umufi uzothile ngebala kanti unezinwele ezincane, okubi ukuthi akaziwa endaweni yaseMatiyani namaphethelo, kusho uNgoepe.

OLUNYE UDABA:Kutholwe isidumbu sentombazane, 5, singenaso isitho sangasese nolimi

Kuvulwe idokodo kulandela ukutholakala kwesidumbu somuntu.

Onolwazi olungasiza ekuhlonzeni umufi noma onemininingwane ngesigameko uyacelwa ukuba athinte uDetective Warrant Officer Chauke ku-082 723 1929 noma amaphoyisa aseduze naye.

Abantu bangakwazi ukuya esiteshini samaphoyisa aseSaselamini ukuyohlonza isidumbu.

Amaphoyisa ayaqhubeka nophenyo.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.