Kutholakale isidumbu sosana kudoti

2016-07-10 08:57

Durban – Usana lomfana obelusanda kuzalwa lutholakale lushonile lusongwe ngesikibha esinegazi esigangeni ekhoneni likaShari noShaba Crescent eLenasia, kusho okhulumela abosizo lokuqaba be-ER24 ngoMgqhibelo.

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala be-ER24 eGoli babizwe endaweni yesehlakalo ngemuva kokuba amalungu omphakathi ebone isidumbu kudoti.

Funda nalolu daba: Kushe isikhungo samazinyo esibhedlela

“Ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesehlakalo, bathole usana lusongwe ngesikibha lufakwe kuplastiki. Balukhiphile phakathi kodwa ngeshwa beselushonile.”

UMeiring uthe ingane ibilimele.

Amaphoyisa ayaphenya njengoba kungakacaci ukuthi kwenzakaleni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.