Kutholakale isidumbu sosana sesonakele eDurban North

2016-08-12 20:31

Durban - Amaphoyisa aseDurban North acela usizo kumalungu omphakathi ngemininingwane kulandela ukutholakala kwesidumbu sosana oluzelwe endaweni yaseDurban North sesonakele.

Lolu saba lutholwe ngosonkontileka ePark Hill ngesikhathi belungisa udonga obeludilikile.

OLUNYE UDABA:  Lutholakale lushonile usana olwalulahlwe ugogo ngenxa kanina

Owamaphoyisa uNqobile Gwale uthe ubulili balolu sana bebungakahlonzwa njengoab isisdumbu sonakele.

"Amaphoyisa aseGreenwood Park ayaphenya kulandela ukutholakala kwesidumbu sosane esesonakele ngoLwesine enkundleni yezemidlalo ekuBlackburn.

Imbangela yesigameko isaphenywa.

Akukaboshwa muntu, kubika iNewswatch.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.