Kutholakale isidumbu sowesifazane sesiqala ukonakala eTable Mountain

2017-05-31 07:00

Cape Town - Kutholakale isidumbu sowesifazane ebese siqala ukonakala eTable Mountain, eKapa, kusho umbiko wamaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain FC van Wyk uthe lesi sidumbu sitholwe yithimba labaseshi libambisene nabasebenzi bezemvelo.

"Lesi sidumbu sisazoxilongwa ukuze kubonakale ukuthi umufi ungubani futhi ushone kanjani," kusho uVan Wyk.

Le ndawo isaqashwe ngamaphoyisa kanye nethimba lodokotela elisebenza namaphoyisa, okwamanje umphakathi awuvumelekile ukuhambela le ndawo.

Umuntu wokugcina ukulahleka kule ndawo kwaba ngumqondisi wehhovisi lakwandabazabantu enhlanganweni i-Unicef, uCharlotte Nikoi.

OLUNYE UDABA:Isidumbu sendoda ebidukile sitholakale esiswini senhlwathi

UNikoi wanyamalala kule ndawo ehamba nomndeni wakhe beqwala le ntaba ezinyangeni ezimbili ezedlule kanti wagcina engatholakalanga.

Umyeni wakhe uChris watshela abeNews24 ngaleso sikhathi ukuthi yena, umkakhe nendodakazi yabo babeqwala le ntaba ngomhlaka-21 Mashi, kodwa ngemuva kwehora umkakhe wamtshela ukuthi usebuyela emuva.

Laba bashadikazi bavumelana ngokuthi bazohlangana lapho abaluqale khona uhambo lwabo, kodwa umyeni uthi babuye nendodakazi umkakhe engekho.

Kwabikelwa abasebenzi bakule ndawo namaphoyisa, baqala ukuthungatha uNokoi kodwa kabazange bamthole.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.