Kutholakale isidumbu sowesifazane sinamanxeba okudutshulwa

2017-06-01 12:31

Pretoria – Imizamo yamaphoyisa yokuqeda ukubulawa kwabesifazane ezweni ihlangabezane nenye ingwadla ngesikhathi kutholakala isidumbu sowesifazane ongaziwa sinamanxeba okudutshulwa ngoLwesithathu ekuseni ePitoli.

Okhulumela amaphoyisa asifundazweni uCaptain Mavela Masondo uthe bakhathazekile kakhulu ngokutholakala kwesinye futhi isidumbu.

“Lokho kwenzeka ngesikhathi lapho khona amaphoyisa esifundazweni nakuzwelonke ephenya ngokunyamalala nangokufa kwabesifazane okubonakala kwanda kakhulu ezinyangeni zakamuva,”  kusho uMasondo.

OLUNYE UDABA: Kushone oyedwa kwalimala inqwaba kungqubuzana izitimela

Isidumbu sesisulu sitholwe abalimi eceleni komgwaqo ngesikhathi besendleleni eya emsebenzini ngasepulazini laseKameeldrift.

Isidumbu besinamanxeba amabili okudutshulwa emzimbeni kanti besigqoke isiketi nejakhethi emnyama.

Amaphoyisa akholelwa ukuthi uneminyaka ephakathi kwengu-25 kuya kwengu-35 ubudala umufi.

Imbangela yokubulawa kwakhe ibingakaziwa kanti sekuvulwe icala lokubulala. 

- Pretoria News

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.