Kutholakale isidumbu sowesifazane sishumpulwe ikhanda

2016-07-11 19:03

Limpopo – Amaphoyisa athole isidumbu sowesifazane sishisiwe ngaphansi kwebhuloho eMahwelereng, okusolakala ukuthi kulobene nabasolwa ababili abatholwe nekhanda lowesifazane ePolokwane, eLimpopo.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Ronel Otto uthe lo wesifazane akwaziwa okwamanje ukuthi ungubani kanti baqhuba uphenyo ukuze kutholakale ukuthi leli khanda elitholwe ngeSonto ngelakhe na.

OLUNYE UDABA: Sesihlonziwe isidumbu esatholakakla singenakhanda

La madoda amabili ziwakhalele ngeSonto ngemuva kokuthi amaphoyisa ebabambe bephethe ikhanda lomuntu wesifazane, ligoqwe ngephepha.

Amaphoyisa alunywe indlebe ngabantu abadayisa izicubu zabantu, ase emisa imoto yabasolwa ayisesha ase ethola leli khanda.

Laba kulindeleke ukuthi bavele enkantolo ngecala lokubulala, kubika i-African News Agency.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.