Kutholakale isidumbu sowesilisa ongaziwa esicwiywe izitho zomzimba

2017-06-28 14:00

eGoli - Kutholakale isidumbu sowesilisa ongaziwa esigangeni saseThina Zonke sisikwe izitho zomzimba.

Ngokubika kwephephandaba lomphakathi i-Alberton Record lesi sidumbu sitholakale ngoMsombuluko ntambama ngo-16:20.

ULindi Moloi okhulumela amaphoyisa aseBrackendowns uthi bacela amalungu omphakathi Anezihlobo ezidukile uzohlola lesi sidumbu.

Lesi yisidumbu sowesilisa oseminyakeni ephakathi kuka-25 kuya ku-30 ubudala.

OLUNYE UDABA:Abakhangisi bengqephu benze ucansi okwangempela esikhangisweni

Kubonakala sengathi umufi ubulewe ngenhloso yokuthi aciywe izitho zomzimba ukuze kuzothakwa ngazo umuthi.

Lesi sidumbu besisikwe amakhwapha, isitho sangasese, izindlebe kanye nesandla sakwesokudla.

Amaphoyisa athi kungenzeka ukuthi lo muntu ubulawelwe kwenye indawo wazolahlwa la etholakale khona.

Uma kukhona onolwazi olungasiza amaphoyisa angaxhumana nomseshi uMathebula ku-011 617 5621.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.