Kutholakale isidumbu sowesilisa sintanta emanzini emtateni eThekwini

2018-05-02 11:00

eThekwini -  Kutholakale isidumbu sowesilisa sintanta emanzini omtateni eThekwini, kusho abeNational Sea Rescue Institute (NSRI).

U-Andre Fletcher, oyiPhini likaKhomanda weNSRI eThekwini uthe ithimba labo libizelwe emtateni ngabeTransport National Port Authority (TNPA) ekuseni ngo-11:00 ngoLwesibili.

"Amaphoyisa ophiko lwe-Search and Rescue belikhona ukuzolekelela ngemuva kokuvela kwemibiko yesidumbu esintanta emanzini uma ungena emtateni eThekwini," kusho yena.

OLUNYE UDABA:Ubanjwe eHarding umsolwa owayekade efunelwa ngamacala aseGlebelands

Uthe kukhishwe isikebhe esisetshenziselwa ukuthungatha abaminzayo okuyibona ababuye naso isidumbu sowesilisa.



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.