Kutholakale isidumbu sowesimame sidindilizile ku-M1

2017-01-18 14:30

Johannesburg – Owesimame okukholakala ukuthi useminyakeni eko-40 ubudala utholakale edindilizile eceleni komgwaqo ekuseni ngoLwesithathu.

Abe-ER24 babizelwe kule ndawo ekuseni seligamenxe ihora lesibili.

“Sifike lapha ku-M1 ngasemgwaqeni uRiviera sathola isidumbu sowesimame sidindilizile emzileni wezimoto ezihamba ngesivinini esiphezulu,” kusho uWerner Vermaak okhulumela i-ER24.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe owesilisa kwagazwa owesimame kwesokuphanga

Kubonakala sengathi lo wesimame ushayiswe yimoto.

“Sifike sahlola isimo sakhe sathola ukuthi useshonile ngenxa yokulimala kabi. Umnikazi wemoto okuyiyona emshayisile akazange alimale kulesi sigameko.”

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sigameko, kubika i-African News Agency.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.