Kutholakale izidakamizwa ezingabiza u-R600 000 ehhotela

2016-07-20 13:30

Cape Town – Amaphoyisa athole izidakamizwa ze-cocaine kwelinye lamagumbi ehhotela enkabeni yedolobha lasekapa ngemuva kokuncinzwa indleke, kusho amaphoyisa ngoLwesithathu.

Izidakamizwa zitholakale ngoLwesibili ntambama ekhabetheni elisekhishini kwelinye lamagumbi, ehhotela elisekhoneni lomgwao uLong noPepper, kusho okhulumela amaphoyisa asedolobheni laseKapa uCaptain Ezra October.

Funda nalolu daba: Ubaba usacaze phansi ingane, wazibulala

Izidakamizwa, ezingabiza u-R600 000 ngentengo yasemgwaqeni, bezigcinwe koplastiki abancane abangu-8, zafakwa esikhwameni esimnyama.

U-October uthe okwamanje bekungakaboshwa muntu kodwa uphenyo luyaqhubeka.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.