Kutholakale izidumbu ezingu-9 emayini

2016-07-11 12:33

Bloemfontein – Kutholakale izidumbu ebesezonakele zabavukuzi abangekho emthethweni emgodini waseBambanani West eWelkom, nosekubeke isibalo sezidumbu esezitholakale ku-12, kusho amaphoyisa aseFree State.

Izidumbu ezingu-9 zitholakale ngeSonto ntambama zinezigqebhezana ezibhalwe amagama azo, ezintathu zitholakale ngoLwesibili, kusho uCaptain Stephen Thakeng.

Izisulu kukholakala ukuthi ngezaseLesotho.

Funda nalolu daba: Uyavela enkantolo osolwa ngokweba ingane emtholampilo

Phakathi kwenganya ka-Ephreli noMeyi, amaphoyisa athola izidumbu ezuingu-11 zabavukizi abengekho emthethweni emayini yaseHarmony Gold, e-Eland khona eWelkom. 

Kuvulwe idokodo kanti uphenyo seluqalile.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.