Kutholakale izidumbu ezimbili endizeni ephahlazekile

2018-02-26 19:31

Cape Town - Abe-South African Civil Aviation Authority baphenya imbangela yokuwa kwendiza okwabikwa ukuthi ilahleke ngoMgqibelo.

Le ndiza yatholakala ngalo usuku okwabikwa ukuthi yalahleka ngalo itholakala ezintabeni.

Lokhu kuqinisekiswa ngabe-Aeronautical Rescue Co-ordination Centre ngoMsombuluko.

I-Cessna C210 kwabikwa ukuthi ilahleke ngoMgqibelo emini phakathi kweMossel Bay neGraaff-Reinet ilayishe abantu ababili.

OLUNYE UDABA: Owebandla uthi umfowabo uyathinteka ekubulaweni kwamaphoyisa - Umbiko

USantjie White okhulumela lenkampani ukhiphe isitatimende sokuthi kwenziwa uphenyo ngokubambisana esikhumulweni sezindiza e-Oudtshoorn.

NgeSonto ekuseni kwakuseshwa ndawo zonke kubambisene amaphoyisa, abeSA Red Cross Air Mercy Service, Eden Metro Rescue emergency medical services, the air force's 15 Squadron, the Mountain Club of South Africa, Air Traffic Navigation Services kanye namalungu omphakathi.

"Izicubu zale ndiza zitholakale enyakatho nedolobha lase-Oudtshoorn kanti ngeshwa akekho osindile,"kusho uWhite.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Malcolm Pojie ukuqinisekisile ukutholakala kwezidumbu ezimbili ezishe zangqongqa nale ndiza.

Uthi kuvulwe idokodo kanti uphenyo luyaqhubeka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.