Kutholakale izidumbu ezimbili nemoto edamini

2017-06-28 11:00

Bloemfontein – Ukuthungathwa kwesisebenzi sikamasipala esibikwe ngumkaso ukuthi sinyamalele ngoMsombuluko ekuseni kuphothuliwe ngoLwesibili ngesikhathi sitholakala emotweni yaso ebisemanzini edamu okuchitha kulo amapayipi endle ngaphandle kwaseWesselsbron, eFree State.

Isidumbu sikaJeremia Vuyisile Nikili, 53, sitholakale emotweni yakhe yohlobo lwe-Volvo S40 ngaphansi kwamanzi, kubika iNetwerk24. Imoto ibibheke phezulu.

Isidumbu sikamngani kaNikili, uSeitatolo Sisinyi, 39, sitholakale ngoMsombuluko ekuseni, sintanta emanzini.

OLUNYE UDABA:  UMalema uthi umsulw aummeli wakhe 'owadubula' izisebenzi

Umasipala waseNala kudingeke ukhiphe amanzi edamini ngesikhathi kuthungathwa uNikili.

Izisulu zagcina ukubonakala ngoLwesihlanu, Juni 23. Abantu bathi uNikili noSisinyi bebevame ukuzihlalela emotweni eduzane naleli damu.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Stephen Thakeng uthe kuzohlolwa izidumbu ukuthola indlela abafe ngayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.