Kutholakale izidumbu ezintathu zishisiwe eGauteng

2017-06-05 11:01

Johannesburg - Abosizo lokuqala bathole izidumbu ezintathu kubalwa nesengane eneminyaka engu-13 ubudala zishisiwe esikhotheni esiseCenturion, eGauteng.

Okhulumela abosizo lokuqala i-ER24, uRussel Meiring, uthe abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko ngezithuba zabo-08:00 ekuseni ngoMsombuluko bafica izidumbu ehlathini elingaphandle kwendawo eseduzane naseCenturion.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa enza uphenyo ngokutholakala kwesidumbu sengane

"Kubonakala sengathi izisulu beziboshwe izandla nezinyawo, zivalwe imilomo zase ziyashiswa," usho kanje.

UMeiring uthe izisulu besezivele zishonile sekungasekho abangakwenza ukuzihlenga, zahlonzwa njengazishonile khona endaweni yesigameko.

UMeiring uthe amaphoyisa asendaweni yesigameko ayaphenya.

 - TimesLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.