Kutholakale iziklabhu ezine ehlathini e-KZN

2017-01-03 19:31

Durban - Amaphoyisa athole iziklabhu ezine ziboshwe ngentambo ehlathini endaweni yaseMooi River.

Kuvulwe icala lokwebiwa kwemfuyo emaphoyiseni aseMooi River ukuze icala lizophenywa kanti bekungakaboshwa muntu okwamanje.

Ngomhlaka-30 Disemba 2016 umnikazi wepulazi wabala iziklabhu zakhe epulazini laseNorthineton, eMooi River wathola ukuthi ziphelele.

OLUNYE UDABA: Aboshiwe amadoda abeseyiqedile imfuyo endaweni

Ngosuku olulandelayo, obandluleka uNcibikanhe waphinda wazibala wathola ukuthi kushoda ezine.

Kube sekushayelwa amaphoyisa ebikelwa ngodaba ase eqala ngomsebenzi, azitholaehlathini.

Ngokwesitatimende samaphoyisa umnikazi wazo wakwazi ukuzihlonza iziklabhu zkahe.

Abophiko lokwebiwa kwemfuyo baphenya icala kanti banxusa noma ngubani ongase abenolwazi ngabasolwa uyacelwa ukuba ashayele abeStock Theft Unit noma iCrime Stop ku-08600 10111. 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.