Kutholakale izithandani zishonile endlini

2018-04-03 18:00

Johannesburg - Kutholakale izithandani zishonile emzini wazo eMhingaville ngaseMalamulele esifundazweni iLimpopo.

Kubikwa ukuthi izithandani zitholakale zishonile emzini wazo.

Owesilisa, uGezani Donald Mahori oneminyaka engu-32 ubudala utholakale elenga ngaphakathi endlini kanti umkakhe uFortunate Shopola oneminyaka engu-25 ubudala utholakale edindilizile eshonile eceleni kwendlu yangasese ngaphakathi endlini enamanxeba amaningi emzimbeni.

OLUNYE UDABA: Kuzogwetshwa owabulala owesifazane ehostela

Okhulumela amaphoyisa uColonel Moatshe Ngoepe uthi okwamanje akwaziwa ukuthi bashona nini futhi ngasiphi isikhathi kanti amalungu omphakathi abone ngezimpukane, ngemuva kwezinsuku ezintathu izithandani zagcina ukubonakala.

Uthi okwamanje akwaziwa ukuthi kwenzakaleni kodwa kungenzeka futhi ukuba sihlobene nodlame lwangaphakathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.