Kutholakale owesifazane ongaziwa ethuneni elingashoni epulazini eKZN

2018-03-28 16:01

eThekwini - Amaphoyisa aseMid Illovo afuna izihlobo zowesimame otholakale ethuneni elingashoni epulazini iTyrone, eMid Illovo.

Kuthiwa lesi sidumbu sitholakale ekuseni ngehora lesikhombisa ngomhlaka-20 Mashi 2018 sitholwa wumlimi obesebenza epulazini lakhe.

Lo mlimi ubone kumbiwe umgodi kwase kwavalwa nangamagatsha ezihlahla nokuyinto abeqala ukuyibona. Uthe uma esondela eyohlola wabona kuvele isandla nonyawo.

Kukholakala ukuthi lo wesifazane useminyakeni eko-30 ubudala futhi ubelimele kabi ekhanda enenxeba elibi nasesiphongweni.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu sesalukazi sigwaziwe emzini waso

Ubegqoke ishethi eli-pink kanye nethayithi emnyama. Bekukhona imbazo eduze kwesidumbu.

"Kuvulwe icala lokubulala emaphoyiseni aseMid Illovo. Akukaboshwa muntu ngalesi sigameko kanti nomufi akaziwa ukuthi ungubani," kusho amaphoyisa ngesitatimende.

Uma kukhona onolwazi olungaba wusizo angaxhumana noWarrant Officer Sibiya ku-082 459 6628 .

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.